Izithakazelo zakwa Nsutsha:
Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula!
Gininda Owagininda umuntu ngomkhonto
Mbeka Nkunzi ongazibeki zibe mbili esibayeni esisodwa
Sgegede
Ndiyahle
Lwandle Aluwelwa luwelwa ZINKONJANE zona ezindiza phezulu
Khondlo
Bhunubhunu !


More information is available on our YouTube channel