clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Ntombela Clan Names

Clan Names : Ntombela

Mahlobo!
Mpangazitha!
Ninenipheka ngembizende
Isibongesibi
Esingabizwa ngabalandakazi
Sidindi somtshiki!
Ninenishayimpukane ngesibhakela
Niyinqamulamathumbu
Nina bakwaMalandela
NinenizaluZulu
Nina bakwaLuswazi
Dlukula!
Nzuza!
Sishosho sikaPhunga noMageba.

Tags: Ntombela Clan, Ntombela izithakazelo, izithakazelo zakwaNtombela, clan name of Ntombela, Ntombela clan praises, praises for Ntombela

Previous

Nxele Clan Names

Next

Sangweni Clan Names

5 Comments

  1. Siyabonga thina oDlukula oMpangazitha

  2. Thina oMahlobo oMpangazitha awu siyabonga

  3. Thina oMahlobo oMpangazitha awu siyabonga

  4. Bayabonga oMAHLOBO

  5. Bayabonga oMAHLOBO

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: