clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Ntshapheka Clan names

Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Ntshapheka,
Mvelase wen’owavela enyandeni,
Mthembu,
wen’owadla amathibane ukuba indlala iwile,
Vumisa,
Nduna yabathembu,
Mthembu kalugogo,
Macayane,
Bathembu baseGubazi,
Ngoza,
Qhudeni,
Nina bomhlabisandlovu ukuzilamulela,
Mnisi wemvula ilanga libalele,
Nina bolwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela ngoba zindiza phezulu,
Ndaba !

Previous

Sandlane Clan Names

Next

Tsoari Clan Praises

1 Comment

  1. Ntshapheka,Mvelase wen’owavela enyandeni, Mthembu,wen’owadla amathibane ukuba indlala iwile,Vumisa,Ndina yabathembu,Mthembu kalugogo,Macayane,Bathembu baseGubazi,Ngoza,Qhudeni,Nina bomhlabisandluvu ukuzilamulela,Mnisi wemvula ilanga libalele,Nina bolwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela ngoba zindiza phezulu,Ndaba

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: