Mdumela, Dabula, Nzima, Hlase,
Shiki onjenge hlabathi,
Mabhala ngosiba abanye bebhala ngepensela,
Nkonjane ebika izulu liphenduka.
Mdumela, Dabula, Nzima, Hlase,
Shiki onjenge hlabathi,
Mabhala ngosiba abanye bebhala ngepensela,
Nkonjane ebika izulu liphenduka.
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
mphezeni
Ngicela incazelo ngobuhlobo phakathi kukaNzima noMazibuko ngoba ekhaya bathi asihlobene. Manje sengize ngaba nengane kwaMazibuko.
Thulani Nzima
Ngokomlando wakwaMazibuko oNzima bahlobene nabo.
Mina nginguNzima kanti futhi noBaba uthi thina asihlobene neze nabakwaMazibuko. Thina singo-Nzima, Phakathi waboNkosi,….