Izithakazelo zakwa-Nzuza
Mahlobo,
Mshazi,
Debelimdaka, Bomvula,
Wena owahlaba iso lesilo ngomuso wahlaba elengonyama,
Nozishada kaMaqhoboza,
Owaqhoboza izinkomo zamadoda,
Umajiya kaDiniZulu kaMsuthu,
Mudli!
Mahlobo,
Mshazi,
Debelimdaka, Bomvula,
Wena owahlaba iso lesilo ngomuso wahlaba elengonyama,
Nozishada kaMaqhoboza,
Owaqhoboza izinkomo zamadoda,
Umajiya kaDiniZulu kaMsuthu,
Mudli!
Β© 2026
Unknown
Ukuba angibanga owakwaNzuza ngangiyoba owkabani. Waze samnandi isbongo, simnandi ngisho sebengithakazela bethi "Wena okaNozishada"
Unknown
Yithi laba onozishada kaMaqhoboza
Masiziqhenyeni boMshazi