Izithakazelo zakwa Matafeni clan

Matafeni Clan Praises!

*Matafeni, Mdluli, Shenge, Dliwayo, Mfumbathi, Nsibande, Gadlela, Mnguni, Skhandzisa, Tselela, Mthimbane lenhle, Mbhokodo lenhle yokusila bulawu bemakhosi, Dingiswayo, Wena ka Ndwandwe, Matafeni omuhle okhanya, nanoma yikuphi lanihambakhona khona niyakhanya, Matafeni ka Zwide!

Bayethe wena we Matafeni !!

Categories Uncategorised

Sereto sa Mmatladi

Ke Mokgaga wa Mmakubela,
Ke hlapa ka Maphoto ka meetse,
Ke tšhaba go paologa/sehlefala.

Bakgaga ga rena moeno,
Re hweditše noka e tletše,
Ra re go ana ke go thapa.

Maupa a tia koma leopeng,
Marumo ga a tšhabiwe,
Go tšhabiwa tlala le moya.

Ke nna Lehumo a Serogole,
Lehumo a sebidikana,
Ba rego le ge o ka hlapa wa tlola,
O ka se phale Lehumo la bo Ntlhodi.

Ke nkwe masesane,
Ya go loma mediti,
Makgopong a go befa le kgoši.

Categories Uncategorised

Gumede Clan Names

Hi 👋 my name is Nkanyiso Gumede from Cincinnati area ngicela usho izithakazelo zami Gumede.

Admin reply: Hi Nkanyiso, you can find Gumede clan names here.

Gumede Clan PRAISES:
  • Mnguni,
  • Qwabe,
  • Mnguni kaYeyeye,
  • Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
  • Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
  • Abathi “dluya kubeyethwe”,
  • Kanti bahlinza imbuzi,
  • Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
  • Sidika lolodaba,
  • Phakathwayo!
  • Wena kaMalandela,
  • Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
  • Amazala-nkosi lana !
  • Mpangazitha !!

Gumede clan praises with English translation:

Mnguni,
(Mnguni).

Qwabe,
(Qwabe).

Mnguni kaYeyeye,
(Mnguni, son of Yeyeye).

Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
(Osidlabehlezi of Khondlo, son of Phakathwayo).

Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba,
(Those who while eating, would deceive a person with words/stories).

Abathi “dluya kubeyethwe”,
(Those who say “pass so birth can take place”).

Kanti bahlinza imbuzi,
(Yet they were slaughtering/skinning a goat).

Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
(They say the bride has given birth ten times).

Sidika lolodaba,
(Sidika lolodaba).

Phakathwayo!
(Phakathwayo).

Wena kaMalandela,
(You of Malandela).

Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
(By following the cattle of men).

Amazala-nkosi lana!
(Behold the one’s who give birth to kings)!

Mpangazitha!!
(Mpangazitha – the one who crushes enemies).

Categories Uncategorised

Dweku clan names Izithakazelo, Umlando

Dweku
Mbulula
Ntshinase
Mvuleni
Mkhambathi
Chule
Delwa
Dzikwa
Mthuma
Mpumuza
Gcawu
Mdlaka
OMashina emini abafokazana beshina ebusuku.
OMasina kudilike amawa nezintaba, ooMasina emvuleni kuqhunye uthuli.
Nina enawela uThukela ngengubo yesigcawu gcawu, wena wemvula.
Kusa kaNdzela
Gebhuza kaPhangwa owagebhuza izulu.
Ntshibela
Mzongwana
Dangadu
Sikhukukati esino ngelo, wena wake Siqitsini.
Umaguqa abhobhe nensika abantu bekhona endlini, ooNkomo kayivuthwa ingaphekwe nampondo zayo.
Mqhele obanda enhloko.

Categories Uncategorised