Osaretin is a male name of Edo origin from Nigeria. It means ‘God is my power’, ‘God is powerful’ or’God is my strength’.
Izithakazelo zakwaBasi Clan Names & History
HLOZINI,
Nina enavela ehlozini abanye bevela konina,
Hloz’liyaababa.
Kumekeyane
KaZingamthole,
Ugubhu othetha ezintabeni,
UShwam Shwam ngemihla.
KHABANGCULWANA,
Ikhaba elide kunamanye amakhaba,
Ikhaba elimhlophe elithe qwa,
Mathangabomvu,
Sigqoko somntwana esimhlophe esithe qwa,
Mnyakanyaka.
MAZILA,
Lumagaga,
INtuthawne
Ziyizwa ukunuka!!!
Ibinda !!!
Zibhalwe ngu-Bhekisisa P. Basi (BX Basi)
Admin notes: lezithakazelo zithunyelwe kithi ngu-Bhekisisa P. Basi. Ube esecela ukuba simufakele zona khona nabanye bezozazi futhi basizakale.
Izithakazeko zakwa Khanuka Clans & History
Khanuka, Ntshalintshali, Thwayisa, Nina bendumandumane eyaduma izizwe zonke, Nina besihlahla sasemkhambathini, Nina enakhanuka ukuvela ngezinyongo kwabaselangeni, zalankosi owazala izwide lasegundunkomo, mbuyis’ukusa nelanga.