izithakazelo

πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Cwecwe Clan Names

Cwecwe kaMahlobo
Wena wasezintabeni zoThukela
Owaphuma emfuleni iNgwavuma
Mthakathi wezinkomo nezinkomo zothando
Owadla umoya wezinyoni esibhakabhakeni
Cwecwe kaNdaba! enkulu
Ohlakaniphile njengezinyosi zasendle
Wena ongashiyi mkhondo kodwa ubonakale emlandweni.
Wena ka ngema!!
Dlokovu!!!!

Mndawe Clan Praises

Mndawe, Malandula, Msindwagwane, Ngwenyama, Ngwenyama lenduna, wena longadli tjani udla inyama kuphela , kungafika timpisi tifake mhlabatsi uyekela, Tau !!

Khwalo Clan Names

Izithakazelo zakwa Khwalo zihamba kanje:

Khwalo, Mhlongwana, Ndlebe zikhanyilanga, Skhwenxe somlungu, Nodeke, Ncuthu !!

Β 

Izithakakazelo zakwaMbanjwa Clan Praises

Khathini
Sama (amasama amahle amhlophe)
Ngongonono
Sojoba ,Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane zona eziphapha phezulu
Omancisha kancane ngokweswela izinkomo
Nina enaphekwa netshe kwavuthwa itshe nina nasala nigongobele
Amakhanya ngamazinyo
MBANJWA !!

Page 16 of 80764

Β© 2026