Clan names of Siwata

Mzizi, Hlwane, Zibula , Mpofana noThukela, Shlahla somquma esinqinda amazembe , mlambo owelwa zinkonjane , ezibhabha phezulu, Mfazi onebele elide oncelisa nabangaphesheya , Mfazo ongalahlwa ogcinelwa mhlalikhithikayo, sithebe soklilela amavila namavilazana!

Izithakazelo zakwa Bulunga

Bulunga; mthunzi; mbhamali; mveni wase tholeni; thikazi; kwesaba; macwele wena owa gudla ubombo ngokuhlehlezela! mazala nkosi; mabuya; mabuya zembethe ezaka gogo wakhe kwesaba ~