πŸ’›

izithakazelo

Phakathi 😍 Izithakazelo

Izithakazelo Zakwa Phakathi

Nina bakwaMthentuhlabausamila
BakwaJuqulodlamahleza
BakwaNyoni kaMamasiyephi
Ibuye noNgce eSibgubudu
Yathi Mamase phumungicombele
ZinamanyayezakoSozayi
Zibuye nembewisaphethwe
Nina bakwaMthonguthongwana
UmuthodlamaNyanyambeya
Nina bakwaSigagu
Nina bakwaZikhethankomo
Nina bakwaMhlambushiyanukwayusa
Nina bakwaNdamase wasekuYeyeni
Nina bakwaLanga liphume ladela
Lakhumbuyamanyamayanga
Laze lakhumbula koMafuya
Nina bakwaMlotshwa
Nina bakwaSambane.

Previous

Mvula 😍 Izithakazelo

Next

Shoba 😍 Izithakazelo

5 Comments

  1. Hai ziya buya. Woza nazo Phakathi

  2. akaze ngizwe

  3. mina ngingowakwaPhakathi kodwa akaze ngiyizwe yonke lento eshiwo u Google. baphi omncwango, mpangazitha…..

  4. Sanibona,
    Ngane oMncube bayahlobana noPhakathi?

  5. Sanibona,
    Ngane oMncube bayahlobana noPhakathi?

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén