Izithakazelo zakwa-Shezi
Dlaba,
Shukulas’, Mnomiya,
Dludle,
Dludl’owadl’imihlambi yamadoda,
Wadl’izinkomo zamaNdebele,
Oyodl’ezikaDlaba uyoceba,
Dlab’ akadleli phansi,
Udle’ edlodlweni,
Abanye bedlela phansi,
Mavulane owavul’ iNkandl’ivaliwe,
Mchube, Mlotshwa,
Wena kaLumbazo, kaZokufa,
Sigananda phum’eNkandla!
Yith abantu
yithi labo
Big ups to the shezis ,,I think o shezi ba related nabakwa Hlophe
Inkosi uSgananda iyona eyafukamela isilo sasoNdini,sinenxeba ethangeni,made sigwaziwe sazesalulama,isilo uCetshwayo samklezisa ngokumabela indawo enkulu,nje ngoba namhlanje amaChube enendawo nesizwe esikhulu inkandla yonke
Shezi, Dlaba Omkhulu.