Sibambo ยฎ clan names. Sibambo Surname Meaning ๐Ÿ˜ Sibambo Origin. Sibambo History

SIBAMBO
Sibambo
Masinaga
Bhaka hhofu
Mabanda ngesika kuNkindwane
Umoni wendlela ngonyawo
Malandela
Mkhombi wendlela
Wena okwaphambana izindlela kwangaphambana ikhanda
Wena owabulawa ngekhofi
Abafokazane bekufela umona
Ngenxa yezibusiso

USibambo lona wayenguMasinga ngokuzalwa. Babezelwe bebabili bengamadodana eNkosi uMabhudu Masinga, okwathi ngonyaka okwafika ngawo amaPortuguese, efika ngemikhumbi ezweni lakhe afika amthungatha, ehamba ebuza, kwaze kwafika ezindlebeni zakhe, wasekhetha ukufihla amadodana akhe ezizweni ezakhelene naye.
Eyodwa yawelela empumalanga kolwandle yayocasha ezweni likaTembe, enye eningizimu yolwandle. UMasinga owayecashe ezweni lakoTembe waselethwa isibongo esisha uSibambo kuyisibongo sokucashela amaPortuguese.

More about Sibambo ยฎ . Sibambo Sibambo . Sibambo

Educational videos


๐Ÿ” SEARCH ๐Ÿ”+ ADD CLAN NAMESโ–ถ UTube Channel

Leave a Comment