๐Ÿ’›

izithakazelo

Tag: amaphinifa

Maphamela clan

Maphamela, Zindela , T/Shazi, Bombo, Bhayeka etc

Bombo Clan Praises, Meaning, Origin & History

Bombo, Shazi, Zindela, Bhayeka, shlahla sikalentshisi esithela ubunikiniki, mthombo ongashiyo, ophumula amakhosi wonkana, Malalisa, Mkhonto kawukhumuki, kawunukwanga muntu, kepha wanukwa abahambi bendlela, bethi uyathakatha kanti kuthakatha bona, sdlukula dlwedlwe, insimangwe emnyama, lena elala ngasegunjini, hhafu thusi labenya, owehla ngengalo kumakotโ€™egoyile, sbhangubhangu sentaba, intaba engakhonjwa ngezandla, kodwa ekhonjwa ngamehlo kuphela, Nodlunge, Ncabakhulu !!

Izithakazelo zakwa Shazi Clan Names

Shazi,
Bombo,
Zindela,
Mavuso,
Cebekhulu,
Bhayeka,
Nongodwanini,
Sโ€™hlahlโ€™eskhulu,
Mkhosana

Izithakazelo zakwa Shazi Clan Names Umlando

Shazi Clan Praiseszindela,
bhayeka,
bombo,
sbhagubhagu,
mkhoto owaduma ekseni,
mguphane owashiswa ilanga wozela,
ncabakhulu,
malinga,
nonjonjo,
mkhosana,
mbabathwa!

Page 2 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén