Izithakazelo zakwaMashinini

Cindi,
Mahlaba, Guliwe,
Bembe,
Ntozimandla ogawula amadoda ashiye abafazi,
Madindwa kaSigabela!

Izithakazelo zakwaMasuku

Izithakazelo zakwaMasuku Ndwandwe, Zisongo, Mkhatshwa, Zwide kaLanga, Nhlane, Mthondo wethusi uyacwebezela, Thunda bathole abafokazane, Snqamu sobhedu, Maphanjwa! Mgano owamila emini Read more

Izibongo zeSilo uSolomon kaDinuzulu

Izibongo zeSilo uSolomon kaDinuzulu INkayishan'enkulu kaMenzi Ephuz'umlaza ngameva Ulanga lisehlule madoda sesingavikithi Ngosib'olusenkundleni Kith'oSuthu Luntula noyedwa ongaluthintayo UNogwaj'oshiy'izinja zasOndini UNgcede Read more