Izithakazelo zakwa Nyathi, Nyathi Clan Names
Nyathi,
Mgwaba,
Bhense,
Nyathi emnyama ingaba mhlophe ifuze ekhaya konina
Mlaba, Sontokazi, Ciyane
Ndela sindangonyezi sbindesimnya njengenyongo yaso
Ngwane
Jola,
Mtholi wena wewombe hlomo olumanangi lunza lunye lunye lungaba lubili lwakha umuntu.