clan names πŸ‘‘ history

izithakazelo

Tag: clans Page 1 of 4

Tinanatelo takwa Mahungela Clans

Mahungela,Khulane,Mkhakhayila,Shiluva,Mona,Ndlanzi,Nyoni lenhle, Khulane kawu qedvwa!!!

Izithakazelo zakwa Mabhida clans & History

Mabhida
Julaza, Sgwaza, Schoko, Malobola ngezinkomo aphinde azilande ebukhweni bakhe, Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela, Dambuza mthakathi, iJulala eyadla amahleza asobindini (singapha kuMnqolo) !

Izithakazelo zakwa Hlobo Clans & History

Hlobo Clan Names & Praises are as follows:

Hlobo ka phunga; Langa eliphuma endlebeni yendlovu, nina bakwa Ndabezitha boZulu kaMalandela ngokulandela izinkomo zamadoda;
Bomfundama kaNtombela; Nin’ enaphuma
esizibeni zaseMpembeni;

Nina bakwa nhlala zikweni izilokazana zaka nozidiya;
Nina bomBambangwe;
Nina benkosana kaZulu isilo sabuphendula ubuhoyiza bomnyana abavundla inkudla osangweni; oJama Kasilwane onoxhapha afutha abilayo onjengomlilo;
Nina bengonyama emnyama njengo Bala komlandakazi wayo,
Malandela !!

Sjekula Clans

Sjekula S Clan Names, Meaning & History. Izithakazelo zakwa Sjekula S. Sjekula S Surname. Sereto sa Sjekula S. Iziduko zako Sjekula S.Sjekula S‘s surname info is currently not listed.If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Page 1 of 4

β“’ 2025