πŸ’›

izithakazelo

Tag: dert Page 4 of 6

Izithakazelo zakwa Madondo Clan Names

Izithakazelo zakwa Madondo 😍 Madondo Clan Names

– Mnquhe,
– Wena waseQhudeni,
Zikode kaNgaba,
Mwelase,
– Mpukane kaMgedeza,
– Wena ongawudli umbele odliwa abalandakazi,
– Wena ongaweli ngezimpambosi, owela ngezibuko!

Madondo 😍 Izithakazelo 😍 Clan Names

Izithakazelo zakwa Madondo

  • Mnquhe !
  • Wena waseQhudeni,
  • Zikode kaNgaba,
  • Mwelase !
  • Mpukane kaMgedeza,
  • Wena ongawudli umbele odliwa abalandakazi,
  • Wena ongaweli ngezimpambosi, owela ngezibuko !

Izibongo zakwa Mkhize

Mkhize:

  • Gubhela,
  • Gcwabe,
  • Zihlandlo,
  • Khabazela ka Mavovo,
  • Ngunezi Bamba aba Mbulazi,
  • Sibiside,
  • Sidaphudaphu,
  • Nzalo ka Luzalo,
  • Mlangeni,
  • Gasela,
  • Sishiya,
  • Madondo,
  • Mdephane,
  • Dlamane,
  • Sacolo

Abakwa Mkhize bahlobene nabakwa Dlamini, Mlangeni, Ama-Mpondo/Mpondomise bonke aba Mbo badabuka ku Sibiside kwabe sekuba nokuhlukana ngokwezindlu.

Nawu umlando wabakwaMkhize

Goqo Clan Names & History

Izithakazelo zakwa-Goqo

Ndaba,

Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula,

Nomvikela kaNokulamba kaDelwa,

Sobahle, Dubandlela

Ndongadilika kuphuz’izimpohlo,

Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela,

Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomba ilanga,

Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale!

Page 4 of 6

Β© 2026