Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Tag: Dladla Page 1 of 3

Izithakazelo zakwa Dladla ziphelele zonke

Dladla Clan Praises:

Mgabadeli, owagabadela izinkundla zakwabulawayo, gadlela, dwala, mpembe, mhlophe, vezi, dladla, nyazitha, magalel’agiqe njengeshongololo,  nhliziyo zimhlophe, mapha azay’ncishe yena, ngalonde, masok’amahle, limi luyashelela ezintombini,mangaphikiswa, bunono bekati, makhos’ezwe, mhlambi wezinkomo kawubaleki, maqaphel’ebheke phansi ngokungathand’ukukhuluma, findo kaliqaleki sofa silahlane, mpilonde, malal’evulile ngokungesabi lutho, mkhanyelw’ebumyame, mthond’omuhle, ngokuzal’abafana namantombazane, nzalwenhle engaciki, mahambela phezulu ngokuzazi, dladla !!!

Vezi Clan Names ❤️ Vezi Surname History

Izithakazelo zakwa Vezi: Dladla Mgabadeli owagabadela inkundla kaBulawayo Mthendeni Nina enawela kwelibanzi elawela amakhosi Ndima kay'lingani eyamavila namaVilakazi Mnembe

Izithakazelo zakwa Sabela❤️

Sabela❤️❤️ Ndlumbi Mqhayise Maphindela Gwamanda Vezi Thina esashaya udaka Kwavela amanzi Kwaphuza abafokazana Yengwa Ncwane Nhlasi eyaqhuma esendeni Somnomo !!!

Dladla Clan History, Umlando, Meaning & Origin

Dladla Clan History, Umlando, Meaning & Origin
The meaning, origin and history of Dladla surname is not yet listed.

This surname is prevalent in South Africa.

Click to add info about this surname
Izithakazelo zakwa Dladla ziphelele zonke

Dladla Clan Praises: Mgabadeli, owagabadela izinkundla zakwabulawayo, gadlela, dwala, mpembe, mhlophe, vezi, dladla, nyazitha, magalel'agiqe njengeshongololo,  nhliziyo zimhlophe, mapha azay'ncishe Read more

Izibongo zakwa Shezi

Abakwa Shezi ama Chube badabuka eNkandla, nazi izibongo zabo:  Shezi Dlaba Shukula Mnoniya Dludle MncubeMlotshwa ka Lumbazo ka ZokufaSigananda ophum' eNkandla ! Ama-Qamu kwa Majozi Read more

Izibongo zakwa Shezi

Abakwa Shezi ama Chube badabuka eNkandla, nazi izibongo zabo:

  •  Shezi
  •  Dlaba
  •  Shukula
  •  Mnoniya
  •  Dludle
  •  Mncube
  • Mlotshwa ka Lumbazo ka Zokufa
  • Sigananda ophum’ eNkandla !

Ama-Qamu kwa Majozi kuthiwa bahlobene nabakwa Shezi.

Ubude abuphangwa

Ubude abuphangwa lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala. Linda nawe iskhath sakho soze sifike...siyafana nalesi esith ungaphangi Read more

Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu

Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu Zibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama wa kwaZulu. Wadlala indima enkulu ngempi yabantwana eyaziwa ngempi yaseNdondakusuka, Read more

Izithakazelo zakwa Ndlela

Ndlela Clan Praises 😍 Ndlela surname

Ndlela,
Bayeni,
Machunu amahle anyathela ngemikhonto esanda kulolwa!


Abakwa Ndlela 😍 Ndlela Clan


AbakwaNDLELA brief History and Origin:AbakwaNdlela ngamaSwazi ngobuzwe. Babemi eBovini kwaNyamenja.EBovini apho yayingumhlaba onendlala kakhulu. Babekholisa ukuza kurweba ukudla emaHlubini, apho Read more


Izithakazelo Zakwa Madida


Izithakazelo Zakwa Madida Ndlela Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Madida Whatsapp / call: 061 868 5163 Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Dladla

Izithakazelo zakwa Dladla

Mgabadeli,
Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo,
Gadlela, Dwala,
Mpembe, Mhlophe,
Vezi, Dladla,
Mhlophe, Nyazitha,
Magalel’agoqe njengeshongololo!


Izithakazelo zakwa-Dladla


Izithakazelo zakwa-Dladla Mgabadeli, Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo, Gadlela, Dwala, Mpembe, Mhlophe, Vezi, Dladla, Mhlophe, Nyazitha, Magalel'agoqe njengeshongololo!


Iziduko zakwa Nala


Nala Clan: Mpembe, uNdokose, Nokhay’ehlungwini, uNgquma, uNojakadelana, uSbheku-bhekuza, uMpondo zihlanjiwe, uJiba isihlobo sikaDzangwe, uHlubi. Originally from amaHlubi and abaThembu tribe.

Page 1 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: