Izithakazelo zakwa Dladla 😍 Dladla Clan Names

  • Dladla,
  • Mgabadeli,
  • Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo,
  • Gadlela,
  • Dwala,
  • Mpembe,
  • Mhlophe,
  • Vezi,
  • Mhlophe, Nyazitha,
  • Magalel’agoqe njengeshongololo!