Izithakazelo zakwaMathunjwa

Mvubu,
Mkholo,
Dukwane,
Masina,
Khathide!
Khalishwayo!
Wena koNdandazi,
Wena Soshabeni,
Wena kalumbembekazi abalala baze bashwishwe ngomlenze!