Mkhize:

  • Gubhela,
  • Gcwabe,
  • Zihlandlo,
  • Khabazela ka Mavovo,
  • Ngunezi Bamba aba Mbulazi,
  • Sibiside,
  • Sidaphudaphu,
  • Nzalo ka Luzalo,
  • Mlangeni,
  • Gasela,
  • Sishiya,
  • Madondo,
  • Mdephane,
  • Dlamane,
  • Sacolo

Abakwa Mkhize bahlobene nabakwa Dlamini, Mlangeni, Ama-Mpondo/Mpondomise bonke aba Mbo badabuka ku Sibiside kwabe sekuba nokuhlukana ngokwezindlu.