Ezakithi izithakazelo ngokwazi kwami
Zithi:
Kweyama, Vezi, Mthende, Mgabadeli, wena owagabadela inkundla yakwabulawayo, wena indima yakho kayilingani neyamavila, Mbomboshe omnyamaβ¦
Izithakazelo zakwaVezi
uVezi, kaKweyama, kaMgabadeli, kaDladla (EmaMbatheni) kaNdaba, kaSontshikazi (owayembatha izikhumba zenyathi) KaMpangazitha, kaMageba, kaZulu !!!
Nhlangothi
S’hlahl’ekhulu
Cimbishe
Ntethe
Mlondo, Vezi,Β
Nyong’eluhlaza enjengeyenyamazane,
Masilela, Jiyane,
Kweyama!
>> Lalela ngizihaya kamnandi izithakazelo zakwa Mntambo <<
Mntambo brief history
Amantambo azalwa ngqo KwaMashiya amahle, Phantsi kwendlu ka Manyaza ebukhosini bakwaMashiya kahle kahle singabantwana begazi and sidinga wonke umntambo kweli sikhulise umzi wakuthi kubuyele induku yobawomkulu kubanikazi.
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén