clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Langa Page 1 of 3

Izithakazelo zakwa Langa & Clan History

Langa,
Sothole,
Zikode,
Mashiyabantu,
Wena kasbhudukazana zavuka zamnyathela,
Skhotha somlalane esisha singapheli,
Mchwayo,
Ngwane,
Okasdumaza,
Wena owasemlanjweni !

Langa Clan Names & Umlando

Langa Surname informationΒ 

Zwide kaLanga
Ndwandwe
Nxumalo
Mkhatshwa
Okhabangezinde
Nezimaqukubezana
Nkomo ayihlatshwa
Uyothi Ungayi hlabi
Yophe amasi njengom
Mbhelebhele
Sandla sivuka umkhonto njenge hawu
Nonkokheli abantu bahlathwa njengezi
Nkomo
Somamphunga
Zwide kaLanga
Wena wase Gudunkomo
Wena wase zikhotheni ezinga khoti ngomlomo ezikhotha ngomkhonto kaZulu
Wena wesi hlahla esincane esi Hlala izikhova zabathagathi !!

Izithakazelo zakwa Ncikazi Clan Names

Ncikazi, zitha, langa, tshapha, mathebula, jonas, ndima azilingani ezeyikhuthali nezamavila, nhloso yenkosi, nina baselangeni

Izithakazelo zakwa Hlongwane Clan Names Umlando

Hlongwane Surname | Hlongwane History

Hlongwane,
Ngwane,
Khanyile,
Sangweni,
Zikhali,
Langa,
Masumpa !

Izithakazelo zakwa Langa 😍 Langa Clan Praises

Izithakazelo zakwa Langa 😍 Langa Clan Praises

  • Sothole,
  • Sodumase,
  • Madevu aqgabul’inkomishi,
  • Phokophalala mnikolusha ngoba oludala lumbangela isilungulelo,
  • Shiy’abantu,
  • Nyongo yendlovu,
  • Madl’umlenze adele isidumbu,
  • Madubandlela,
  • Ngwane,
  • Mcwayi,
  • Gubhazi, Mlindeli,
  • Somaphunga,
  • Mdlaka!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Langa Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Langa Clan Praises
Izithakazelo zakwa Langa Clan Praises

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Mabanga Clan Names

Izithakazelo zakwa Mabanga 😍 Mabanga Clan Praises

  • Gumede,
  • Dlodlo, Langa,
  • Mthiyane,
  • Mpangazitha!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Mabanga Whatsapp / call: 061 868 5163

Mabanga Clan Praises
Mabanga Clan Praises

Prices:t-shirt: R200 Hoodies: R400

Izibongo zakwa Mthiyane

Mthiyane:

  • Ndaba,
  • Sokhulu,
  • Luvuno,
  • Zondo,
  • Mazwi,
  • Mzwili,
  • Nqoboka,
  • Skhangane,
  • Langa,
  • Ndlovu,
  • Dlemdlem,
  • Sokotshane,
  • Mhlungu,
  • Madela,
  • Lingode,
  • Sibhene,
  • Gobholubabayo,
  • Masingasilele,
  • Sokhulu

Izithakazelo zakwa Mkhungo Clan Names

Izithakazelo zakwa Mkhungo

Sodi, Langa, Nqumela, Magange siqunga esihle esingahlali nyoni ngoba sizalela amazinyane amasakabuli, Mnjonjo!

Makhalima Clan, Surname Meaning, Makhalima Origin, Makhalima History

Makhalima,
Bele,
Sindane,
Langa,
Vezi,
Mlambane,
Nyathi !!

Matsoari Clan 😍 Izithakazelo

Motsoari is a surname we inherit after ran away from Tugela in 1816 under the house of Dlambula, even we are the small house of Ntshangase, my name is Tieho, kaLikhomo, Likhomo kaLanga, Langa kaLikhomo, Likhomo ka Phayi, Phayi kaMotsoari, Motsoari kaChakela, Chakela kaMnakali, Mnakali kaNtshangase, Ntshangase kaDlambula, etc

Page 1 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: