Lukhozi majozi nomnganga mahhonqa akuhhonqanga yena kwahhonqa isibongo shemuntu mqamu ngoza mbhuli mbhulangwe owabhula izingwe nezingonyama maphilphili mbhekaphansi njengesambane wena owancelisa ingane ingaphesheya komfula
Tag: Lukhozi
Izithakazelo zakwa Qoma 😍 Qoma Clan Names
Izithakazelo zakwaMajozi
Mqamu,
Mabelemade wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula,
Gwanyana,
Mbhuli,
Mabhulangwe wena owabhula izingwe wabhula izingonyama,
Ngoza,
Lukhozi!
Maphiliphili mbheka phansi onjengesambane!