clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Madebe

Iziduko Zakwa Madebe

Madebe Clan Names
Mpinga, Mawawa, Bhalela, Sendile, Senzwa, Ngceza, Nto’mntwana, Ngwangwashwe, Mbetshana, Ntose, Sineka, Hlahla lamsik’ umuntu es*ndeni, Ngceza, Sintila, Nyaw’zinokushukela, mzukulu kaSityulu, Kheth’omthandayo, yazi bi’nobaya ifanelwe ngabafana.

Goqo Clan Names

Izithakazelo zakwa-Goqo

Ndaba,

Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula,

Nomvikela kaNokulamba kaDelwa,

Sobahle, Dubandlela

Ndongadilika kuphuz’izimpohlo,

Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela,

Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomba ilanga,

Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale!

Izithakazelo zakwaManyoni

Izithakazelo zakwaManyoni

Mlotshwa,
Mtuse, Choboza,
Mafuyanduna,
Msuthu,
Vaphi,
Madebe!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: