meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Bhebhe Clan names & History

Nawu umlando wabakwa Bhebhe

makhedama, bhebhe, mhlongo, soyengwase,

njomane kamgabhi kamthendeka, eyaduka iminyakanyaka yatholakala ngowesine

umazalinkosikazi, unini kashaka kasenzangakhona,

dlomo wemdl’ende

nina bakasoqubele onjengegundane,

nina basesiweni, kwampuku yakwamselemusi

kwanongwece webaya

zingwazi zempi yakwandunu

sihlangu samavaka seswala’ababhemu

makhulemini kamalandela,

okhulemini abanye bekhula ebusuku,

umageza ngobisi,

wena owabhebha umuntu etsheni laze laphuka, ngoba usaba amazolo

wena waselangeni, nzinda, m’zi’mkhulu,

maziwayinkosi abanye bengaziwa,

mhlongo, mthekele, wen’owalala nomunwendunu wavuka wawuncinda wawukhombel’elangeni

njomane!

Nawu umlando wabakwa Bhebhe

Previous

Mvubu Clan names

Next

Mayeza Clan names

3 Comments

  1. Thanks for the information now I’m partially aware about my history. The one I had is so perverted such that it eventually made me feel like I’ve lost identity(others from the family saying we’re vendas). Please share more of the Bhebhe history

  2. I wish to have copy to keep for the next generation 🙏

    • Hi Mkhanyiseli, Its great that you find the info beneficial to you.. you can contact me and I’ll send you a copy with more information: email: bongsk7 [at] gmail.com

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: