clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Mkhulise

Izithakazelo zakwa Mkhulise Clan Names

Mkhulise Mthiyane

Nina bakwaDambuza

mthabathi

omabhala ngozipho abanye bebhala nge mpensela

osgoloza esmehlabomvu esathi siyambeka kanti syamjamela

Nina enapha umuntu ukudla ngoba nimbona namncisha ngoba ningamboni

Nina bakwa nqamlandwendwe sibheke kwamzilikazi kamashobane

Nina enabiyela ngamakhanda amadoda abafokazana bebiya ngamahlahla.

Nina enavimba amazibuko amabili uThukela noMpofana

Nina enagibela inkomo igijima Nina bakwa Sbindigidi kumangwe Dambuza mthabathi

Nina baselenge

Nina enehla emathibeni indlala ibhokile zibuya ezimbili etsheni lasentshenteka zincuncu eynkulu eziphuza kwezinde iziziba ngoba kwezimfishane zinqundeka imilomo

Banisi bemvula

Mabhele

Mthiyane !!

Mkhulise Clan

Abakhulisi a section of abaThembu, are of Nguni origin like amaXhosa, amaZulu, amaSwazi, and amaNdebele, who trace their origin to the Great Lakes of Central Africa.

The Nguni along with other significant national groups are said to have migrated southwards to present-day kwaZulu–Natal. Among those that settled in the north-east tip of South Africa were those later unified by Shaka into the Zulu nation.

With a traceable history that stretches from the Thukela and Mzinyathi Rivers in Msinga under Ngoza son of Mkhubukeli, iNkosi of Abathembu in the late 1820s, to the Ngudwini forests in kwaSandanezwe (Donnybrook, kwaZulu-Natal) under current iNkosi Khulekani Walter Mkhulise, Abakhulisi can today be located in various areas within kwaZulu-Natal, the Eastern Cape and as far as Swaziland.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: