clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Mnguni Page 3 of 5

Izibongo zakwa Gcabhashe

Gcabhashe:

  • Mnguni,
  • Mhlacthuze,
  • Njonjo,
  • Masimuka

Izibongo zakwa Donda

Izibongo zakwa Msani

Msani

  • Mtimande,
  • Kunene,
  • Majoka,
  • Nxaba,
  • Mbhekane,
  • Madluvalo,
  • Mthantathwa,
  • Mnguni,
  • Nonqewu,
  • Mgobhozi,
  • Ntetha,
  • Vangisa,
  • Mvuna,
  • Mageza Ngobisi !!!

Izithakazelo zakwa MGABHI ๏ปฟ

Izithakazelo zakwa MGABHI

  • Mgabhi, 
  • Sishanga, 
  • Maphalala,
  • Mkhandlo muhle oMgabhi, 
  • Mnguni
  • Nkhabanhle, 
  • Nkhaba yenkhosi, 
  • Dangazela, 
  • Ncagwe !

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Mgabhi Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa MGABHI
Izithakazelo zakwa MGABHI

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa-Maphanga

Maphanga clan praises

Mnguni,
Qwabe, Gumede,
Mnguni kaYeyeye,
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi “dluya kubeyethwe”,
Kanti bahlinza imbuzi,
Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
Sidika lolodaba,
Phakathwayo!
Wena kaMalandela,
Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
Amazala-nkosi lana!
Mpangazitha!

Sinanatelo saka Mahluza

  • Mahluza
  • Mnguni
  • Wena lowahlunga beNguni nemaTsonga
  • Wena lowampenda benguni naboManyika
  • Mpendane!

Mnguni Clan Names

  • Mnguni wena WaseCebeleni
  • onkomo zabo ziningi
  • Shawuza kashayeki ushayeka ngamatshe
  • Mthongothiwa wothiwa zinyoni zezulu
  • thusi liyabenya
  • abahamba ngehlanhlatho ngoba besaba uthuli
  • abahle nangaphansi konyawo
  • macashโ€™emhlungwini
  • uShawuzโ€™obashisa emva nangaphambili
  • kaNcobela
  • kaQobo-dwana
  • kaSomdibela
  • kaSikhunyana

Izithakazelo zakwa Mthiyane

Mthiyane Clan Praises

  • Mthiyane,
  • Zondo,
  • Nqoboka,
    • Skhangane,
    • Sokotshane,
    • Mzwili,
    • Sokhulu!
  • Ndima Clan Names

    Izithakazelo zakwa Ndima

    Ndima!

    mchunu,

    lembede,

    bayeni,

    nyanda yomkhonto,

    ngonyama eyasala ebuzini zabadla abanye,

    mnguni,

    qwabe,

    mnyaka !

    Izithakazelo zakwa Siyaya

    Siyaya Clan Praises

    Siyaya,

    Nzimaze,

    Mnguni wena waseBuhleni,

    Msandle Nxumalo,

    wena waseGudunkomo,

    Nhlathu! Shangane! Qonqwane.

    Page 3 of 5

    Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

    error: