clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Mthombeni Page 1 of 3

Duma Clan Names | Izithakazelo

Duma,
Mthombeni,
Lwandle,
Lwandle kaluwelwa, luwelwa zinkonjana zona zindiza phezulu.
Abangongolozi abahle abaphekwa netshe laze lavuthwa kuqala basala bengongobele.
Ondlebe kazizwa zikhanya ilanga.
Omtshenwa azitshene.
Mseleku
Mathebula

Fihla clan names

Fihla,
Duma,
Mthombeni,
Lwandle kaliwelwa liwelwa zinkonjane zona ezindiza phezulu,
Ndlangisa !!

Mthombeni Clan Praises

Tjhigwana, ndriyase, gegana, mbokwe ndlovu Nina ebagega hlangana nentabavezimbili, mthombo ongatjhiko mntazana owalala ngaphadi komuthi umuthinwavuka uthombile, mfazi Wana bele amade owancelisa abantwana ngaphetjheya kwe ligwa me ligwana thombeni !

Izithakazelo zakwa Siluma Clan Names Umlando

Abantu baka Siluma Bengama Nguni bengo
SILUMA
Shodo,
Zawuzawu,
Mcekwa,
umashiywa ngokubonwa,
owaShiyabantu njengenyanazane,
Mthombeni,
Duma lwandle,
inkunzi kaBhejane,
boNtshiza Osigwayi sikaMcuba,
Hlangalezwe,
Thabisa,
Mseleku,
Thole,
Ntenga,
Magagula !

Izithakazelo zakwa Mathebula Clan Names

Izithakazelo zakwa Mathebula

  • Masina,
  • Mthombeni!
  • Ngwenyama,
  • Mkholo onsundu nezinyawo zakhe,
  • Wena Ngubo yengonyama!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwaΒ MathebulaΒ Whatsapp : 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Mathebula
Izithakazelo zakwa Mathebula

Prices:
t-shirt: R200Hoodies: R400

Izibongo zakwa Mthombeni & History

Izibongo zakwa Duma / Dumisa

Izibongo zakwa Mseleku

Ezakwa Mseleku

Izibongo zakwa Magagula

Magagula

Abakwa Magagula nabakwa Mthombeni abantu banye.

Ukuhlangana nezimbila zithutha ziholwa emhlophe phambili

Ukuhlangana nezimbila zithutha ziholwa emhlophe phambili

Incazelo: ukuhlangabezana nobungozi noma ubunzima

#umsuka: izimbila zihlala emgedeni uma zithutha zisuke zixoshwa esinye isilwane sasendle esaziwa ngokuthiwa umdlambila…..mazithutha-ke emhlophe esuke ihamba phambili esingathi inkosi yazo lapho-ke, into ezike zahlangana nayo nje ziyayilwisa, zisuke zingesabi lutho ngoba zikholelwa ekthenini abukho obunye ubunzima obundlula lobu eziphuma kubo

Page 1 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: