clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Ngwane Page 2 of 3

Izithakazelo zakwa Hlongwane

Izithakazelo zakwa Hlongwane ๐Ÿ˜ Hlongwane Clan Praises

  • Ngwane,
  • Masumpa,
  • Masenga sileka,
  • Nduku Zinobulongwe,
  • Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana,
  • Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni,
  • Sang’elibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda,
  • Nina bakaMatiwane,
  • Abaqhobosha ithole elintanga zimashumi,
  • Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu!

Zikhona izikibha nama-hoodies
Whatsapp me to order, I’m online.

Whatsapp me me to find out how to receive your order

Izithakazelo zakwa Khanyile

Izithakazelo zakwa Khanyile ๐Ÿ˜ Khanyile Clan Praises

  • Sothole,
  • S’tshopo,othi udl’inkomo kanti udl’impisi,
  • Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
  • Odl’isinkwa esinothotho,
  • Mahamba kancane Sogodi,
  • Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,
  • Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,
  • Ntunjwa kaLanga,
  • Mthiyane,
  • Ndwandwe,
  • Zikode, Mabhuqa,
  • Ngwane,
  • ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina,
  • Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Khanyile Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Khanyile  Khanyile Clan Praises
Izithakazelo zakwa Khanyile  Khanyile Clan Praises

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Khanyile

Izithakazelo zakwaKhanyile ๐Ÿ˜ Khanyile Clan Praises

Prices: t-shirt: R200 Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Hlongwane

Izithakazelo zakwa Hlongwane ๐Ÿ˜ Hlongwane Clan Praises

  • Ngwane,
  • Masumpa,
  • Masenga sileka,
  • Nduku Zinobulongwe,
  • Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana,
  • Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni,
  • Sang’elibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda,
  • Nina bakaMatiwane,
  • Abaqhobosha ithole elintanga zimashumi,
  • Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Hlongwane Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

izithakazelo zakwaKhanyile

Izithakazelo zakwa Khanyile ๐Ÿ˜

khanyile

ngwane

mbondo

mbela abalondolozi

nkwinci

mbhelenjwa olidixa

Izithakazelo zakwa Mafuleka

Mafuleka: Ndinisa, Mbhobho kaBikwayo, Masibekela, Mlaba, Mazalankosi azala uDlambula azala uLubelo, Mzomba, Ndlela zinomswani njengezendlovu, nina eningawudli uNogwaja, Mageza ngobisi abanye begeza ngodaka, Mtima, Thuliswayo, Ngwane, Bhejelibomvu!!!

Bhengu Clan Praises ๐Ÿ˜ Izithakazelo zakwaBhengu

Bhengu: Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo, Wathi uyalithinta lahwaqabala, Ngabe siyakudla sesabโ€™imilenzelenze, Nyawo zeshongololo kaziphumuli, Sigampu, Ngwane, ingwani ngwadi, Abayibone ngesondโ€™ukuthi iwelile, Jali, Nina enilala nomunwe, Nivuke nikhwifโ€™ilanga, Mmemezi kaHlangabeza, Ngcolosi!

Izithakazelo zakwa-Hlongwane

Izithakazelo zakwa-Hlongwane

Ngwane,
Masumpa,
Masenga sileka,
Nduku Zinobulongwe,
Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana,
Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni,
Sang’elibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda,
Nina bakaMatiwane,
Abaqhobosha ithole elintanga zimashumi,
Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu!

Imvelaphi yesingo sakwaHlongwane

[wpvideo 4SBJcnma ]
Youtube link: https://www.youtube.com/watch?v=gLEWisaal1Q

Izithakazelo zakwa Ngwane

Izithakazelo zakwa-Ngwane

Sangweni,
Zikhali,
Masumpa,Ndungunde,
Masengasileke,
Hlongwane,
Ndukuzinobulongwe, Mntungwa,
Nina enibahle njengezihlabathi zolwandle,
Siyane,
Mnqobokazi,
Songobese!

Izithakazelo zakwa Khanyile

Izithakazelo zakwa-Khanyile

Sothole,
S’tshopo,othi udl’inkomo kanti udl’impisi,
Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
Odl’isinkwa esinothotho,
Mahamba kancane Sogodi,
Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,
Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,
Ntunjwa kaLanga,
Mthiyane,
Ndwandwe,
Zikode, Mabhuqa,
Ngwane,
ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina,
Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!

Page 2 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: