clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Nomndayi

Msomi Clan Names

Msomi Clan Names :

msomi,

nomndayi,

singila,

hlombe,

meyiwa,

omalala ngokulala bavuka bakhomba ilanga,

nina enehla ngomzungulu wasala wabola,

nina bakwa gcogcobala

amakhosi amakhulu asezilozini ezibuka umuntu engathi ziyamjamela

abakanyoni ezimnyama ezimaphiko’bovu,

phingoshe!!

Iqhina liphume embizeni

Iqhina liphume embizeni

kusho ukuphunyuka kwento/umuntu okade esebanjiwe

iqhina uhlobo oluthile lwenyamazane

imbiza lana kusuke kukhulunywa ngabantu abasuke belikakele bavula iskhala sokuth liphume khona bazolishaya kahle lona nje livele lingaphumi lapho lithole enye indawo libaleke.

Msomi Clan Praises 😍 Izithakazelo zakwa Msomi

Msomi Clan Praises 😍 Izithakazelo zakwa Msomi

msomi,
nomndayi,
singila,
hlombe,
meyiwa,
omalala ngokulala bavuka bakhomba ilanga,
nina enehla ngomzungulu wasala wabola,
nina bakwa gcogcobala
amakhosi amakhulu asezilozini ezibuka umuntu engathi ziyamjamela
abakanyoni ezimnyama ezimaphiko’bovu,
phingoshe!!

Izithakazelo zakwaMsomi

Izithakazelo zakwa Msomi

Msomi!
Gasa,
Thabelo,
Nyawose,
Phingoshe,
Mangamahle,
Nomndayi,
Singila,
Hlombe,
Meyiwa omalala ngokulala bavuka bakhomba ilanga,
Nina enehla ngomzungulu wasala wabola,
Nina bakwa gcogcobala,
Amakhosi amakhulu asezilozini ezibuka umuntu engathi ziyamjamela,
Abakanyoni ezimnyama ezimaphik’abomvu!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: