If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: sadabirich
Sadabirich Clan Names, Meaning & History.
Sadabirich surname info is currently not listed.
Izithakazelo zakwa Nkanini
Nkanini, Khanyile, Luvuno Nina enivuna ebsika abafokazane bevuna selibalele, Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, Ngwane, JAMA kaSjadu, mawela umfula ugcwele izingwenya ngoba uthi ifela khona enkanini, Linda mkhonto, Mangethe, Nina bakwamatiwane, Omwelase abangawelanga ngaziziba abawela ngezimpambosi zomfula zasodumase. Langa ongenandlebe angaba nayo weza nonina, Shalashala elihle elithi ukuvuma ngokulandula, Mabhuqa, Sogodi, Mashaya umuntu aphindele la asuka khona, madla isinkwa esinothotho!
Leave a Reply