Izithakazelo zakwa Shonane. Shonane Surname. Sereto sa Shonane.
Iziduko zako Shonane.Shonane‘s surname info is currently not listed.
If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Iziduko zako Shonane.Shonane‘s surname info is currently not listed.
If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Izithakazelo zakwa Ndubane, Ndubane Clan Names , Iziduko zako Ndubane
Ndubane, mabuya, lushaba, mphikwa, magida, sohlala, mwandla, shlabathi sasolwandle, dube elimyama emabomvini, elivomvu eladukayo, masoka, emdeni, mabuya, mabuyaze, singoMagida, omagida odakeni kushunqe intuli… Ndabeni, mabuya
Abanye bathi ziphelele uma zikanje:
Mphikwa, Magida, Sohlala, shlabathi sasoLwandle sizukulwane soNdubane, Dube, mabuya, lushaba, lushaba kaAbraham, Abraham kaJohannes, johannnes kaShayile, shayile kaSaul, masoka, mwandla, ,nina enabhekisa amakhanda phansi kuhlehle izitha,enahliphizโibuthu lezitha ngomkhuleko, nina enaGuqa phansi ngeDolo nikhuleke kungelula, omaMemeza kanye kuzwakale, oMthembeni uThembekile, ndabeni, Magida, oMagida odakeni kushunqe intuli, nina enaSondeza abangasondezwa niphinde nibehlule futhi, oNdukwane ndukโeNcane, omabona ebumnyameni, Mabuya,ndubane, emndeni amandubaneni !
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Leave a Reply