Izithakazelo zakwa Ndubane Clan Names | Iziduko zako Ndubane

Izithakazelo zakwa Ndubane, Ndubane Clan Names , Iziduko zako Ndubane
Ndubane, mabuya, lushaba, mphikwa, magida, sohlala, mwandla, shlabathi sasolwandle, dube elimyama emabomvini, elivomvu eladukayo, masoka, emdeni, mabuya, mabuyaze, singoMagida, omagida odakeni kushunqe intuli… Ndabeni, mabuya

Abanye bathi ziphelele uma zikanje:
Mphikwa, Magida, Sohlala, shlabathi sasoLwandle sizukulwane soNdubane, Dube, mabuya, lushaba, lushaba kaAbraham, Abraham kaJohannes, johannnes kaShayile, shayile kaSaul, masoka, mwandla, ,nina enabhekisa amakhanda phansi kuhlehle izitha,enahliphiz’ibuthu lezitha ngomkhuleko, nina enaGuqa phansi ngeDolo nikhuleke kungelula, omaMemeza kanye kuzwakale, oMthembeni uThembekile, ndabeni, Magida, oMagida odakeni kushunqe intuli, nina enaSondeza abangasondezwa niphinde nibehlule futhi, oNdukwane nduk’eNcane, omabona ebumnyameni, Mabuya,ndubane, emndeni amandubaneni !

Izithakazelo:

Ndubane
Ndabende
Magida
Sohlala, shlabath soLwandle
Mphikwa
Mabuya kaLushaba
oMthembeni
emndeni
Mandla masha
Zbongo zningi


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

4 thoughts on “Izithakazelo zakwa Ndubane Clan Names | Iziduko zako Ndubane”

  1. Ndubane
    Ndabende
    Magida
    Sohlala, shlabath soLwandle
    Mphikwa
    Mabuya kaLushaba
    oMthembeni
    emndeni
    Mandla masha
    Zbongo zningi

    Reply
  2. NDUBANE, DUBE, MABUYA, LUSHABA, iDube eladukayo lidukela emabomvini elabuya selehlukile, mandla masha, oSoyaphi, Mphikwa, Magida, Sohlala, shlabathi sasolwandle, oMthembeni, Sizukulwane soNdubane, sizukulwane soDube, Mabuya kaLushaba, Masoka, Mwandla, mandla masha, oMabheka, enabhekisa amakhanda phansi kuhlehle izitha, nina oMagida, enaGida odakeni kushunqe intuli, nina enahliphiza ibutho lezitha ngoMkhuleko, enaGuqa phansi ngeDolo nikhuleke kungelula, oMthembeni sizukulwane, Shayile mhlola kaSewula, oMagida sizukulwane, oSoyaphi, Mphikwa, Sohlala, shlabathi sasolwandle, nina enasondeza abangasondezwa, enaGijima phezu kwetshe kuvuthe Ilangabi, umlilo wabanikazi, omabona ebumnyamen, dloz’elihle, emndeni, Zbongo Zningi, Msolwa, umoni ongenacala, mandla masha, nina oNdubane, oMabuya, oLawulani, Lwezi, Mthembeni kaNdubane, emndeni emaNdubaneni… NDUBANE!!!

    Reply
  3. … Mphikwa, Magida, Sohlala, shlabathi sasoLwandle sizukulwane soNdubane,Dube, mabuya, lushaba, lushaba kaAbraham, Abraham kaJohannes, johannnes kaShayile, shayile kaSaul, masoka, mwandla, ,nina enabhekisa amakhanda phansi kuhlehle izitha,enahliphiz’ibuthu lezitha ngomkhuleko, nina enaGuqa phansi ngeDolo nikhuleke kungelula, omaMemeza kanye kuzwakale, oMthembeni uThembekile, ndabeni, Magida, oMagida odakeni kushunqe intuli, nina enaSondeza abangasondezwa niphinde nibehlule futhi,oNdukwane nduk’eNcane, omabona ebumnyameni, Mabuya,ndubane, emndeni amandubaneni….

    Reply

Leave a Comment