clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Sihlongonyane

Sihlongonyane clan praise

Sihlongonyane sakaLangwenya mhlophe
Awukhonjwa ngenduku uyilandela
Sangamangamane sangamu uSobhuza ngomcele
Udonda wondile kanti ukhahlelekile
Umaxhina ngekhanda kuzonde intamo

Liphosa kubusa kumalangeni
Nkhosi!

Sihlongonyane clan praises

Sihlongonyane Sakalangwenya Mhlophe asikhonjwa ngenduku siyaylandela Ndlangamandla walanga Wena lowaphunyuka bakphethe bakamungometulu

Dlamini

Sihlongonyane Clan Names 😍 Izithakazelo zakwa Sihlongonyane

Can I please have Sihlongonyane clan names….
If you know some or all of them, please add them here

Ukungapholisi amaseko

Ukungapholisi amaseko

Lokhu kusho ukungabe usakwaz ukulinda uvele wenze nje into

Amaseko amatshe okuseka ibhodwe eziko ukuth lingawi, uma kuqedwa kupheka asuke esashisa, kufanele alindwe aphole bese ayasuswa(loko ukuwalinda yikho ukuwapholisa)

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: