Vuma ,mhlaba, Somkhonto,mpangisa,sowenza mkhono usengwa makhosazane ,sobiko wena owabika ntombi wabika ukuthandwa ngapha wabika ukwaliwa, sbathi ezimhlophe didiza ulwandle luvume, nodungandaba , mthethi wamacala mjulela onjengolwembu vuma omhlophe njengezihlabath zolwandle

Sowenza,
Sobiko,
Sbathi,
Mjulela,
Nodungandaba,
Mpangisa,
Somkhonto!