If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Tag: susha
Susha Clan Names, Meaning & History.
Susha surname info is currently not listed.
Izithakazelo nomlandoΒ
- Mpungose,
- Khuba!
- tetemane,
- wena wephahla elinhlokonhle,
- gawozi !
- sgquma ndawonye njengengulube,
- sinukwa,
- phungul’ uyasindwa,
- nyoni esindwa sisila sayo,
- s’lwane !
- wena wendlov’enamandla abayishaya baze bayishiya amasende bethi ifile kanti iyaphila,yaqhubeka yabandisa abantu,
- mabhala ngozipho abanye bebhala ngosiba,
- magadlela,
- somvumasi,
- bhulingwe,
- masikisiki,
- ndlovu kakhubaΒ !!!
>> Lalela umlando wakwa Mpungose <<
Izithakazelo zakwaMpungose
Khuba,
Tetemane,
Wena wephahla elinhlokonhle,
Gawozi,
Sgquma ndawonye njengengulube,
Mnukwa,
Phungul’uyasindwa,
Nyoni esindwa sisila sayo,
Slwane,
Wena wendlov’enamandla abayishaya baze bayishiya amasende bethi ifile kanti iyaphila,
Yaqhubeka yabandisa abantu,
Mabhala ngozipho abanye bebhala ngosiba,
Magadlela,
Somvumasi!
Leave a Reply