Izithakazelo zakwa Mpungose Clan Names

Izithakazelo nomlando 

  • Mpungose,
  • Khuba!
  • tetemane,
  • wena wephahla elinhlokonhle,
  • gawozi !
  • sgquma ndawonye njengengulube,
  • sinukwa,
  • phungul’ uyasindwa,
  • nyoni esindwa sisila sayo,
  • s’lwane !
  • wena wendlov’enamandla abayishaya baze bayishiya amasende bethi ifile kanti iyaphila,yaqhubeka yabandisa abantu,
  • mabhala ngozipho abanye bebhala ngosiba,
  • magadlela,
  • somvumasi,
  • bhulingwe,
  • masikisiki,
  • ndlovu kakhuba  !!!
    >> Lalela umlando wakwa Mpungose <<


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

5 thoughts on “Izithakazelo zakwa Mpungose Clan Names”

  1. Khuba
    Gawozi
    Magadlela
    Somvumasi

    Reply
  2. Yes that’s who we are Khuba ,gawozi

    Reply
  3. Thanks i recently know about ma self

    Reply

Leave a Comment