Izithakazelo zakwa Dlamlenze
Shamase,
Nzima!
Shamase,
Nzima!
Bhembe,
Mwelase,
Wena kaSnakanaka kaNtendeni,
Owagedl’umhlanga wawushiyelela,
Nzima, Nhlanganiso,
Mthimude,
Wena wakwaGezamhlanga,
Thabekhulu!
Ndlamlenze,
Shamase,
Nzima,
Mawele squzโsomlomvu,
wena owakwa hemโnjengejele,
wena owalala nentombi ubsuku bonke kwaze kwasa ingalele bthongo,
wena owakwaNxula !!
ยฉ 2026