clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Thiyane

Izibongo Zo Thiyane o Ntsalaze

Thiyane, Zengele oo Zulu, Shaka aka shayeki Mashlangabeza owahlangabeza inkosi iza ezweni ngobuso. Slila gazi abanye belil’amanzi !

Khanyile Clan Names

KHANYILE.

Sothole,

S’tshopo,othi udl’inkomo kanti udl’impisi,

Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,

Odl’isinkwa esinothotho,

Mahamba kancane Sogodi,

Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,

Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,

Ntunjwa kaLanga,

Mthiyane,

Ndwandwe,

Zikode, Mabhuqa,

Ngwane,

ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina,

Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: