πŸ’›

izithakazelo

Tag: thopane

THOPANE Clan Names & Family History | Umlando

Thopane Clan Names, Meaning & History.

Thopane surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Sikhakhane Clan Names, Meaning & History

  • Sikhakhane, mboma kamqhele, mathula kanaka, nzimase, sdwaba esinembobo!
  • Wena sango elingezantsi, lapho besa khona imilomo!
  • Wena owangena nesikhuni emanzini sivutha, waphuma naso sivutha!
  • Wena kaMboma os’hlahla samila edwaleni!
  • Wena kaSoqhafuza, umlung’ odla izinkobe!
  • Wena nyoka eyacaca emthini ingenazinyawo!
  • Inkomo esengelwa emeveni ngoba wayisengela ethungeni, iyalikhahlela!
  • Wena okhishwa ngenoni emgodini!
  • Wena ophatha amakhosi uma esedukuzela!
  • Wena owahlabana ngokwehlula izinyanga nezanuse!
  • Wasuka lapho waxhoshiswa ngokasenzangakhona, ngezinkomo zekhethelo!
  • Wakhushulwa, awabanankosi, ngoba inkosi yakho kungunodumehlezi kamenzi!
  • Mboma, wena wase nkandla!!

Sikhakhane clan praises with English translation:

Sikhakhane, mboma kamqhele, mathula kanaka, nzimase, sdwaba esinembobo!
(Sikhakhane, Mboma son of Mqhele, Mathula son of Kanaka, Nzimase, the skin with holes).

Wena sango elingezantsi, lapho besa khona imilomo!
(You, the gate at the bottom, where the mouths/entrances burn).

Wena owangena nesikhuni emanzini sivutha, waphuma naso sivutha!
(You who entered with a burning log into the water, and came out with it still burning).

Wena kaMboma os’hlahla samila edwaleni!
(You of Mboma, the tree that grew on the rock).

Wena kaSoqhafuza, umlung’ odla izinkobe!
(You of Soqhafuza, the white person who eats mealies/corn).

Wena nyoka eyacaca emthini ingenazinyawo!
(You, the snake that appeared/climbed the tree without feet).

Inkomo esengelwa emeveni ngoba wayisengela ethungeni, iyalikhahlela!
(The cow that is milked while standing because if you milk it while sitting, it will kick you).

Wena okhishwa ngenoni emgodini!
(You who was brought out with a bird from the burrow/cave).

Wena ophatha amakhosi uma esedukuzela!
(You who carries/handles chiefs when they are wandering/lost).

Wena owahlabana ngokwehlula izinyanga nezanuse!
(You who fought by defeating the diviners and healers).

Wasuka lapho waxhoshiswa ngokasenzangakhona, ngezinkomo zekhethelo!
(You left from there and were chased by those who were not there, with the cattle of choice).

Wakhushulwa, awabanankosi, ngoba inkosi yakho kungunodumehlezi kamenzi!
(You were elevated, you do not have chiefs, because your chief is the one who sits permanently/the one who does not move).

Mboma, wena wase nkandla!!
(Mboma, you of Nkandla).

Izithakazelo zakwa Sikhakhane Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa-Sikhakhane

  • Mboma kaMqhele,
    Mathula,
    Nzimase,
    Sdwaba esinembobo,
  • Wena sango elingezantsi,lapho besa khona imilomo,
  • Wena owangena nesikhuni emanzini sivutha, waphuma naso sivutha,
  • Wena kaMboma os’hlahla samila edwaleni,
  • Wena kaSoqhafuza, umlung’odla izinkobe,
  • Wena nyoka eyacaca emthini ingenazinyawo,
    Inkomo esengelwa emeveni ngoba wayisengela ethungeni iyalikhahlela,
  • Wena okhishwa ngenoni emgodini,
  • Wena ophatha amakhosi uma esedukuzela,
  • Wena owahlabana ngokwehlula izinyanga nezanuse,
  • Wasuka lapho waxhoshiswa ngokaSenzangakhona, ngezinkomo zekhethelo,
    Wakhushulwa, awabanankosi, ngoba inkosi yakho kunguNodumehlezi kaMenzi,
  • Mboma,wena wase Nkandla!

Β© 2026