πŸ’›

izithakazelo

Tag: tloboro

TLOBORO Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History.

surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Umqala noma intamo?

‘Umqala’



Iphutha:
‘Ngibone isidlakela esinomqala omkhulu’

Isisombululo:
Ngesizulu esiqondile asisho kumuntu ukuthi ‘unomqala’ othize. Ungasho njalo enkukhwini hhayi kumununtu. Uma ubona amaqhude anomqala omude, yilapho okumele usebenzise lelo gama, hhayi kubantu.

Uma ufuna ukuchaza okubonile esidlakeleni, esikhundleni sokuthi ‘Ngibone isidlakela esinomqala omkhulu’, kumele uthi ‘Ngibone isidlakela esinentamo enkulu’.

Abakwa Mtshali

Abantu bakwa Mtshali batholakala eNtabankulu noma nje manje sebasabalele izwe lonke. U Mtshali uthathelwa ekutshaleni. ake sibalamanise:

  • Mabhedla
  • Mlambo no Mtshali
  • Mkhathini/Jiyane
  • Mkhabisanyathi-Magolwane
  • Khondlo
  • Hlangabeza no Hlabangani
  • Magalela
  • Mantshinga
  • Nsele
  • Mduna
  • Shishi
  • Mandeku
  • Vezi
  • Mdineka
  • Nhlabathi
  • Manzi
    e Zimbabwe babizwa ngo Hlabangane

Β© 2026