πŸ’›

izithakazelo

Tag: trewick Page 2 of 3

Ndunakazi Clan

Thina oNophiko singabase South Africa. Singabezulu thina oNophiko, Nsondo !

Izithakazelo zakwa Ndunakazi Clan Names Umlando

Ndunakazi Clan Names

Nophiko
Mgezane
Nonkulangamazwi
Mazwi angdilindile
Nsondo
Mangena ngezitho emanzin wendoda!!

Izithakazelo Zakwa Ngiba Clan Names Umlando

Ngiba,
Mabhodla,
Mlungwana,
Mbonambi,
Maphalala,
Mananga,
Mahlaba,
Mbuyazi,
Mshimshazi,
Dlomoshe omnyama owavela kwasoshangane kwabaleka abantu,
Madipha,
Zikhungwini,
Sidlayiya ngendwandwe,
Mahlafuna ahlanze njengomntwana,
Mabhodla maphimise,
Khwifa mancinde abanye,
Gqibigqaba kwezinde nezimfishane,
Mahlaba aluphendule,
Mboqoza uzogwaza inyamazane,
Mabuya nomuntu abuye nenkunzi,
Ndunakazi,
Bayede,
Wena owadidizisa uZulu wathi bewungapha kanti ungapha,
Wezwaka ethi Ngiba sathe,
Ngiba sathe,
Akuvumi,
Wena owabamba impi uhleka,
Wena ositha kasikho !

Ndunakazi Clan Praises – Izithakazelo

Ndunakazi,
Nophiko,
Nonkulangamazwi,
Mazwi angdinile,
Nsondo,
Mgezane,
Mangena ngezitho emzini wendoda!

Page 2 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén