Imvelaphi yesbongo sakaNdawo. Uma wazi izithakazelo zakwa Ndawo noma umlando sicela uzifake ngokucindezela lapha
Tag: trutor
Akulahlwa mbeleko ngakufelwa
Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.
Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana