๐Ÿ’›

izithakazelo

Tag: tsezi Page 2 of 3

Mwandla clan names & History

Mwandla surname info

Mwandla: mdabulankungu kuvele ilanga, umafa avuke ngakusasa. lesikhathi ephuma ekhaya nabafowakhe, bahamba liguqubele ilanga, bahamba laze laphenya kwavela ilanga besendleleni. uma ethi wafa, wavuka ngakusasa, babekhathele kakhulu base belala usuku lonke nobusuku bakhona, base beqhubeka nohambo ngakusasa. umwandla wabuya esehamba yedwa, wafikela kompangeni kapho khona ushaka ayengakhona, emva kweminyaka bahamba, umfowabo unkwelo kaziwa waphelelaphi, uthemane ithuna lakhe balikhomba eMozambique.

Mwandla clan names & History

Mwandla surname info

Mwandla: mdabulankungu kuvele ilanga, umafa avuke ngakusasa. lesikhathi ephuma ekhaya nabafowakhe, bahamba liguqubele ilanga, bahamba laze laphenya kwavela ilanga besendleleni. uma ethi wafa, wavuka ngakusasa… Continue reading >>

Izithakazelo zakwa Mwandla Clan Names

Mwandla,
Ndubane,
Nkwelo,
Mpangazitha,
Mpamantshe,
Nqoboza,
Mgqabula nkungu kuvel ukukhanya,
Themane !

Izithakazelo zakwa Ndubane Clan Names | Iziduko zako Ndubane

Izithakazelo zakwa Ndubane, Ndubane Clan Names , Iziduko zako Ndubane
Ndubane, mabuya, lushaba, mphikwa, magida, sohlala, mwandla, shlabathi sasolwandle, dube elimyama emabomvini, elivomvu eladukayo, masoka, emdeni, mabuya, mabuyaze, singoMagida, omagida odakeni kushunqe intuli… Ndabeni, mabuya

Abanye bathi ziphelele uma zikanje:
Mphikwa, Magida, Sohlala, shlabathi sasoLwandle sizukulwane soNdubane, Dube, mabuya, lushaba, lushaba kaAbraham, Abraham kaJohannes, johannnes kaShayile, shayile kaSaul, masoka, mwandla, ,nina enabhekisa amakhanda phansi kuhlehle izitha,enahliphizโ€™ibuthu lezitha ngomkhuleko, nina enaGuqa phansi ngeDolo nikhuleke kungelula, omaMemeza kanye kuzwakale, oMthembeni uThembekile, ndabeni, Magida, oMagida odakeni kushunqe intuli, nina enaSondeza abangasondezwa niphinde nibehlule futhi, oNdukwane ndukโ€™eNcane, omabona ebumnyameni, Mabuya,ndubane, emndeni amandubaneni !

Page 2 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén