πŸ’›

izithakazelo

Tag: tsoeite Page 3 of 5

Izithakazelo Zakwa Madlala Clan Names

Izithakazelo Zakwa Madlala

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Madlala Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Madlala Clan Praises

Madlala sishi khabaludaka hlokohloko nodlomo msunu kanyomo nina enadla inhlunu niyililela. Nina bakanobhala enabhala ngozipho abanye bhebhala ngamapensela. Oskobho dilaya okhanda liyaxhega libambele elempukane.

Izithakazelo zakwa Sishi Clan Names

Sishi, Mandlala, Nzimase, dlobeni, khabaludaka, hlokohloko, Nina enathi nivela nanivela ekwekwezi, Nina bakwamzansi kwensimu !

Kayikho impunga yehlathi 😍 incazelo

Kayikho impunga yehlathi

kusho ukuth ngisho noma ungahlale uphumelela ezenzwen zakho ezimbi kodwa ngelinye ilanga uyotholakala

impunga umuntu osemdala

#ihlathi lana kukhulunywa ngezenzo ezimbi(zobumnyama), ukuth akekho umuntu ongenza izinto ezimbi aze abe mdala ngelinye ilanga uzoshintsha

Page 3 of 5

Β© 2026