Tag: tsoente Page 5 of 7
Kayikho impunga yehlathi
kusho ukuth ngisho noma ungahlale uphumelela ezenzwen zakho ezimbi kodwa ngelinye ilanga uyotholakala
impunga umuntu osemdala
#ihlathi lana kukhulunywa ngezenzo ezimbi(zobumnyama), ukuth akekho umuntu ongenza izinto ezimbi aze abe mdala ngelinye ilanga uzoshintsha
Izithakazelo Zakwa Simelane zihamba kanje:
Simelane,
Magutshwa,
Mpembe kaLokothwayo,
Simelane kaNdlovu,
Ndletshana zimqewana,
Ndletshana zikhanya ilanga!!!
Simelane Clan Names: (Abanye bazikhumbula kanje)
Simelane, Mpembe laka Lokothwayo, Ndlebe zimcewane, Ndlovu zidle ekhaya ngokuswela umelusi !