Nkanini,
Luvuno,
Wena owavuna ummbila
ekhabeni abanye bevuna amabele,
Zikode,
ntshosho,
Khanyile,
Ngwane,
Mangethe!
Tag: tsoesi Page 2 of 8
Zikode surname information
Zikode, mgoza kalanga, ndindane, kunene, abakwa Khabanyovane njengestholโesimdlobkazi, mboni kaSomantshove, abakwa mlilo ovutha Zonke intaba,abakwa Snakanaka ngyasala abaya naso kwaMncwazana sisinye babuya nazo zimbili, omhlahlose abahamba ematholeni, abakwaMghabhi wamafu omashishiwane, okhethabahle baseMcijeni, ompi kayqomi ngoba ngabe yaqoma induna yaseNgoba, abakwasbhamu sdume empini kaBhambatha !
asikabi nawo okwamanje kodwa kungenzeka ube khona ku-YouTube channel yethu… ivakashele ngokucindezela lapha
Uma unolwazi ofisa lwaziwe ngomlando walesibongo, lubhale lapha ngezansi