πŸ’›

izithakazelo

Tag: tukise Page 2 of 3

Izithakazelo Zakwa Ngiba Clan Names Umlando

Ngiba,
Mabhodla,
Mlungwana,
Mbonambi,
Maphalala,
Mananga,
Mahlaba,
Mbuyazi,
Mshimshazi,
Dlomoshe omnyama owavela kwasoshangane kwabaleka abantu,
Madipha,
Zikhungwini,
Sidlayiya ngendwandwe,
Mahlafuna ahlanze njengomntwana,
Mabhodla maphimise,
Khwifa mancinde abanye,
Gqibigqaba kwezinde nezimfishane,
Mahlaba aluphendule,
Mboqoza uzogwaza inyamazane,
Mabuya nomuntu abuye nenkunzi,
Ndunakazi,
Bayede,
Wena owadidizisa uZulu wathi bewungapha kanti ungapha,
Wezwaka ethi Ngiba sathe,
Ngiba sathe,
Akuvumi,
Wena owabamba impi uhleka,
Wena ositha kasikho !

Maphalala Mzilankatha Clan Names & History

Izithakazelo zakwa Maphalala
Iwuso, Mzilankatha, Nsele,ninabakwa Nkatha ayingeni endlini. ingangena kobhibha izingono kubantwana,nina enilima ensindesi abafokazana belima emagadeni,nina enaphalala ngokuxosha amagwala eyeumka nezinkomo zenkosi Wuso Mzilankatha Nsele Sonkwatha Njekuza !

Izithakazelo zakwa Mgabhi Clan Names

Izithakazelo zakwa MGABHI

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Mgabhi Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa MGABHI
Izithakazelo zakwa MGABHI

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa MGABHI Clan Names

Izithakazelo zakwa MGABHI

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Mgabhi Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa MGABHI
Izithakazelo zakwa MGABHI

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Page 2 of 3

Β© 2026