Khulukabayeni
Nina enadla muntu nimyenga ngendaba nina enadla izimfe zambili kwaphuma ikhambi lalinye
Mzingane odlamadoda adudule ngotshani abanye bedudula ngomswani Ninabakwazitho zimbhombonono ninabakwatshela
Ninabakwamfezi emathemathe no nakwamfazi ovuze ubusi ngaphansikweLenge
Ninabakwasigido umakajwa ngokuxamazelwa amadoda
Ninabakwa mhlaza nhlansi zishise amadoda kwakungemadoda kwakuzinduna zakwaLanga nakwaSikhosana
Ninabakwasifuba njengendlovu !
Tag: vantura Page 2 of 3
Khulu
Mntungwa
Mbulazi omnyama
Nina bakaBheje eseNgome
Donda
Nina anadla umuntu nimyenga ngendaba ethi wawuyaphi konkosamlomo lapho izilo zakhona zidla zibheke phezulu
Nina bakaManqamane linye angamabili weza nalo khabonina
Nina bakaNjolonjolo ngoku gqolozela ilanga abanye bengaligqozeli
Nina enadla ezimfe ezimbili ikhambi laphuma lilinye
Lobengula kaMzilikazi, Mzilikazi kaMashobane Mntungwa Ngome Khulu kaBayeni
Nina bakaMaqhude ayeqana Ndaba !!
Khulu : If you know Khulu or their history, please add it by leaving a REPLY below or by clicking this button + ADD CLAN NAMES
Imvelaphi yakwaKhulu…uma uzazi izithakazelo zakwa Khulu noma wazi imvelaphi yakhona sicela ukufake kule-blog ngokucindezela lapha
Leave a Reply